Skip to content
I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli

NgokukaMathewu 26:62 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

NgokukaMathewu 26:62 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Kwase kusukuma umpristi omkhulu, wathi kuye: “Awuphenduli lutho na? Kuyini abakufakaza ngawe laba na?”

NgokukaMathewu 26:62 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Kwase kusukuma umphristi omkhulu, wathi kuye: “Awuphenduli ngalutho kulokhu abakufakaza ngawe na?”

NgokukaMathewu 26:62 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Kwasekusukuma umpristi omkhulu, wathi kuye: Kawuphenduli lutho yini? kuyini laba abakufakaza ngawe na?

NgokukaMathewu 26:62 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Kwasekusukuma umpristi omkhulu, wathi kuye: Kawuphenduli lutho yini? kuyini laba abakufakaza ngawe na?