Skip to content
I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli

NgokukaMathewu 25:10 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

NgokukaMathewu 25:10 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

“Zisaya kuthenga, wafika umyeni. Ezazilungele zangena naye emshadweni; kwavalwa emnyango.

NgokukaMathewu 25:10 ZUL20 (IsiZulu 2020)

“Zisahambile ukuyokuthenga, wafika umyeni. Lezo ezazilungele, zangena naye edilini lomshado; kwase kuvalwa umnyango.

NgokukaMathewu 25:10 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Zisaya kothenga, wafika umyeni; lezo ezazilungile zangena laye emshadweni, umnyango wavalwa.

NgokukaMathewu 25:10 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Zisaya kothenga, wafika umyeni; lezo ezazilungile zangena laye emshadweni, umnyango wavalwa.