NgokukaMathewu 24:43 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
NgokukaMathewu 24:43 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha anokwazi lokhu ukuthi, uma umninindlu ebewazi umlindo isela eliyakufika ngawo, ubeyakulinda, angavumi ukuba indlu yakhe ifohlwe.
Dlulisela
NgokukaMathewu 24 ZUL59NgokukaMathewu 24:43 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Kepha yazini lokhu ukuthi, ukuba umninindlu ubazi ukuthi isela liyakugasela nini ebusuku, ubeyakulinda, angavumi ukuba indlu yakhe igqekezwe.
Dlulisela
NgokukaMathewu 24 ZUL20NgokukaMathewu 24:43 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kodwa yazini lokhu, ukuthi uba umninindlu ebesazi ukuthi isela lizafika ngawuphi umlindo, ubezalinda, njalo ubengayikuvuma ukuthi indlu yakhe igqekezwe.
Dlulisela
NgokukaMathewu 24 ZULUNTNgokukaMathewu 24:43 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Kodwa yazini lokhu, ukuthi uba umninindlu ebesazi ukuthi isela lizafika ngawuphi umlindo, ubezalinda, njalo ubengayikuvuma ukuthi indlu yakhe igqekezwe.
Dlulisela
NgokukaMathewu 24 CZB24