I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli
Isici soku Sesha

NgokukaMathewu 23:5 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

NgokukaMathewu 23:5 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

“Kepha imisebenzi yonke yabo bayenza ukuba babonwe ngabantu; amafilakteriyu* abo bawenza abe banzi, bawenze abe makhulu amachopho.

NgokukaMathewu 23:5 ZUL20 (IsiZulu 2020)

“Yonke imisebenzi yabo bayenza ukuba babukwe ngabantu. Amabhande abo abawabopha ebunzini uma bekhuleka bawenza abe banzi, benze izinsephe ezinkulu.

NgokukaMathewu 23:5 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Kodwa yonke imisebenzi yabo bayenza ukuze babonwe ngabantu; bawenza abe banzi amafilakteriyu abo, bandise imiphetho yezingubo zabo

NgokukaMathewu 23:5 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Kodwa yonke imisebenzi yabo bayenza ukuze babonwe ngabantu; bawenza abe banzi amafilakteriyu abo, bandise imiphetho yezingubo zabo