Skip to content
I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli

NgokukaMathewu 23:13 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

NgokukaMathewu 23:13 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

“Maye kinina babhali nabaFarisi, bazenzisi, ngokuba nivalela abantu umbuso wezulu! Ngokuba aningeni nina, nabangenayo anibavumeli ukungena.

NgokukaMathewu 23:13 ZUL20 (IsiZulu 2020)

“Maye, kini zazimthetho nabaFarisi, bazenzisi, ngokuba nivalela abantu umbuso wezulu! Nani aningeni, kodwa abangenayo anibavumeli ukuba bangene.

NgokukaMathewu 23:13 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Kodwa maye kini, babhali labaFarisi, bazenzisi! ngokuba nivalela abantu umbuso wezulu, ngokuba aningeni nina, nabangenayo anibavumeli ukuba bangene.

NgokukaMathewu 23:13 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Kodwa maye kini, babhali labaFarisi, bazenzisi! ngokuba nivalela abantu umbuso wezulu, ngokuba aningeni nina, nabangenayo anibavumeli ukuba bangene.