NgokukaMathewu 2:16 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
NgokukaMathewu 2:16 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Khona uHerode, esebonile ukuthi izazi zimphambile, wathukuthela kakhulu, wathumela wabulala bonke abantwana besilisa baseBetlehema nasendaweni yonke yangakhona, abaminyaka mibili nangaphansi njengesikhathi abesibuzisisile kuzo izazi.
Dlulisela
NgokukaMathewu 2 ZUL59NgokukaMathewu 2:16 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Kwathi ukuba uHerode abone ukuthi izazi zimshaye ngemfe iphindiwe, wathukuthela kakhulu. Wathumela, wabulala bonke abantwana besilisa baseBhethlehema, nasezindaweni zonke ezakhelene nalo, ababeneminyaka emibili nangaphansi, njengokwesikhathi izazi ezazimtshele sona.
Dlulisela
NgokukaMathewu 2 ZUL20NgokukaMathewu 2:16 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Khona uHerode, ebona ukuthi uklolodelwe yizazi, wathukuthela kakhulu; isikhathi ayebuzisise ngaso kwabahlakaniphileyo.
Dlulisela
NgokukaMathewu 2 ZULUNTNgokukaMathewu 2:16 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Khona uHerode, ebona ukuthi uklolodelwe yizazi, wathukuthela kakhulu; isikhathi ayebuzisise ngaso kwabahlakaniphileyo.
Dlulisela
NgokukaMathewu 2 CZB24