Skip to content
I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli

NgokukaMathewu 18:8 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

NgokukaMathewu 18:8 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Kepha uma isandla sakho sikukhubekisa, kumbe unyawo lwakho, kunqume, ukulahle; kungcono kuwe ukuba ungene ekuphileni uyingini noma unyonga kunokuba uphonswe emlilweni ophakade unezandla zombili nezinyawo zombili.

NgokukaMathewu 18:8 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Kepha uma isandla sakho sikukhubekisa noma ngabe wunyawo lwakho, kunqume, ukulahle. Kungcono kuwe ukuba ungene ekuphileni uyingini noma ulunyonga, kunokuba uphonswe emlilweni ongunaphakade unezandla zombili nezinyawo zombili.

NgokukaMathewu 18:8 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Ngakho-ke uma isandla sakho noma unyawo lwakho kukukhubekisa, kunqume, ukulahle; kungcono kuwe ukungena ekuphileni ulunyonga noma ulunyonga kunokuba uphonswe emlilweni ophakade unezandla zombili noma izinyawo zombili.

NgokukaMathewu 18:8 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)