NgokukaMathewu 18:2-3 - Compare All Versions
NgokukaMathewu 18:2-3 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)
UJesu wayesebizela kuye umntwana, wammisa phakathi kwabo. Wathi: “Ngiqinisile ngithi kini: Uma ningaphenduki, nibe njengabantwana abancane, anisoze nangena embusweni wezulu.
Dlulisela
NgokukaMathewu 18 ZULUNTNgokukaMathewu 18:2-3 ZUL20 (IsiZulu 2020)
UJesu wayesebiza umntwana, wammisa phakathi kwabo, wathi: “Ngiqinisile ngithi kini: uma ningaphenduki nibe njengabantwana, anisoze nangena embusweni wezulu.
Dlulisela
NgokukaMathewu 18 ZUL20NgokukaMathewu 18:2-3 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wayesebiza umntwana, wammisa phakathi kwabo, wathi: “Ngiqinisile ngithi kini: Uma ningaphenduki, nibe njengabantwana, anisoze nangena embusweni wezulu.
Dlulisela
NgokukaMathewu 18 ZUL59NgokukaMathewu 18:2-3 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
UJesu wayesebizela kuye umntwana, wammisa phakathi kwabo. Wathi: “Ngiqinisile ngithi kini: Uma ningaphenduki, nibe njengabantwana abancane, anisoze nangena embusweni wezulu.
Dlulisela
NgokukaMathewu 18 CZB24