NgokukaMathewu 18:16 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
NgokukaMathewu 18:16 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kodwa uma engakuzwa, thatha futhi abe munye noma bebabili kanye nawe ukuba onke amazwi aqiniswe ngomlomo wawofakazi ababili noma abathathu.
NgokukaMathewu 18:16 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Kepha uma engakulaleli, thatha abe munye noma babe babili, ukuze konke okuzodingidwa kuqiniswe ngomlomo wofakazi ababili noma abathathu.
NgokukaMathewu 18:16 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kodwa uma engakulaleli, thatha kanye nawe oyedwa noma ababili, ukuze ngomlomo wawofakazi ababili noma abathathu wonke amazwi aqiniswe.
NgokukaMathewu 18:16 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Kodwa uma engakulaleli, thatha kanye nawe oyedwa noma ababili, ukuze ngomlomo wawofakazi ababili noma abathathu wonke amazwi aqiniswe.