I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli
Isici soku Sesha

NgokukaMathewu 16:2 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

NgokukaMathewu 16:2 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Kepha waphendula, wathi kubo: “Kusihlwa nithi: ‘Loba lisile, lokhu izulu libhejile;’

NgokukaMathewu 16:2 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Kepha waphendula, wathi kubo: “Nxa sekuhlwile nithi: ‘Liyobe lisile, lokhu izulu libhejile;’

NgokukaMathewu 16:2 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Waphendula wathi kubo: Kusihlwa nithi: Izulu lizokuba sihle, ngokuba izulu libomvu

NgokukaMathewu 16:2 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Waphendula wathi kubo: Kusihlwa nithi: Izulu lizokuba sihle, ngokuba izulu libomvu