I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli
Isici soku Sesha

NgokukaMathewu 13:34 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

NgokukaMathewu 13:34 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Konke lokho uJesu wakukhuluma ezixukwini ngemifanekiso; ngaphandle komfanekiso kakhulumanga lutho kubo

NgokukaMathewu 13:34 ZUL20 (IsiZulu 2020)

UJesu wakukhuluma konke lokhu ezixukwini ngemizekeliso, akukho lutho olunye ake walukhuluma kubo ngaphandle kwemizekeliso

NgokukaMathewu 13:34 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Lokho konke uJesu wakukhuluma emaxukwini ngemifanekiso; futhi ngaphandle komfanekiso akakhulumanga kubo

NgokukaMathewu 13:34 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Lokho konke uJesu wakukhuluma emaxukwini ngemifanekiso; futhi ngaphandle komfanekiso akakhulumanga kubo