Skip to content
I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli

NgokukaMathewu 12:39 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

NgokukaMathewu 12:39 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Kepha waphendula, wathi kubo: “Isizukulwane esibi nesiphingayo sifuna isibonakaliso; kepha asiyikunikwa sibonakaliso, kuphela isibonakaliso sikaJona umprofethi.

NgokukaMathewu 12:39 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Kepha waphendula, wathi kubo: “Isizukulwane esibi nesiphingayo sifuna isibonakaliso, kodwa asiyukunikwa sibonakaliso, kuphela leso sikaJona, umphrofethi.

NgokukaMathewu 12:39 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Kodwa waphendula wathi kubo: Isizukulwana esibi lesiphingayo sifuna isibonakaliso; futhi kasiyikunikwa sibonakaliso, ngaphandle kwesibonakaliso sikaJona umprofethi.

NgokukaMathewu 12:39 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Kodwa waphendula wathi kubo: Isizukulwana esibi lesiphingayo sifuna isibonakaliso; futhi kasiyikunikwa sibonakaliso, ngaphandle kwesibonakaliso sikaJona umprofethi.