NgokukaMathewu 12:29 - Compare All Versions

NgokukaMathewu 12:29 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Noma umuntu angangena kanjani endlini yesiqhwaga, aphange impahla yaso, uma engabophi kuqala isiqhwaga, na? khona-ke uyakuphanga indlu yakhe.

NgokukaMathewu 12:29 ZUL20 (IsiZulu 2020)

“Umuntu angangena kanjani endlini yesiqhwaga, aphange impahla yaso, uma engaqalanga ngokubopha isiqhwaga, andukuba aphange indlu yaso na?

NgokukaMathewu 12:29 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

“Futhi umuntu angangena kanjani endlini yesiqhwaga, aphange impahla yaso, uma engabophi kuqala isiqhwaga, andukuba aphange indlu yaso, na?

NgokukaMathewu 12:29 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Noma umuntu angangena kanjani endlini yesiqhwaga, aphange impahla yaso, uma engabophi kuqala isiqhwaga, na? khona-ke uyakuphanga indlu yakhe.