Skip to content
I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli

NgokukaMathewu 12:25 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

NgokukaMathewu 12:25 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Kepha uJesu ezazi izizindlo zabo wathi kubo: “Yilowo nalowo mbuso owahlukene wodwa uyachitheka, nalowo muzi nokuba indlu eyahlukene yodwa ingeme.

NgokukaMathewu 12:25 ZUL20 (IsiZulu 2020)

UJesu ekwazi abakucabangayo, wathi kubo: “Yilowo nalowo mbuso owehlukene wodwa uyachitheka, nalowo nalowo muzi noma yindlu eyehlukene yodwa ayiyukuma.

NgokukaMathewu 12:25 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

UJesu eyazi imicabango yabo wathi kubo: “Yilowo nalowombuso owehlukene phakathi uyachitheka; futhi wonke umuzi noma indlu eyehlukene yodwa ayiyikuma.

NgokukaMathewu 12:25 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

UJesu eyazi imicabango yabo wathi kubo: “Yilowo nalowombuso owehlukene phakathi uyachitheka; futhi wonke umuzi noma indlu eyehlukene yodwa ayiyikuma.