NgokukaMathewu 12:11-12
NgokukaMathewu 12:11-12 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Wathi kubo: “Ngumuphi umuntu kini onemvu eyodwa, kuthi uma iwela emgodini ngesabatha, ongayikuyibamba, ayikhiphe, na? Pho, umuntu udlula imvu kangakanani na? Ngakho kuvunyelwe ukwenza okuhle ngesabatha.
Dlulisela
Funda NgokukaMathewu 12NgokukaMathewu 12:11-12 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngakho-ke wathi kubo: “Ngubani kini othi enemvu eyodwa, bese iwela emgodini ngesabatha, ongeyibambe, ayikhiphe lapho na? Pho-ke umuntu uyedlula kangakanani imvu? Ngakho-ke kuvunyelwe ukwenza okuhle ngesabatha.”
Dlulisela
Funda NgokukaMathewu 12