I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

UMalaki 3:9-10

UMalaki 3:9-10 IsiZulu 2020 (ZUL20)

Niqalekisiwe ngesiqalekiso, niyangiqola sizwe ngothi lwenu. Lethani konke okweshumi endlini yengcebo, ukuze kube nokudla endlini yami, ake ningivivinye ngalokhu, ukuthi ngeke yini nginivulele amafasitela asezulwini, nginithululele isibusiso kuze kungabi bikho ndawo eyanele,” kusho uSimakade Wamabandla.

Dlulisela
Funda UMalaki 3

UMalaki 3:9-10 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

Niqalekisiwe ngesiqalekiso, nokho niyangiphanga, sizwe sonke. Ngenisani konke okweshumi endlini yengcebo ukuba kube ngukudla endlini yami, ningivivinye ngalokhu,” usho uJehova Sebawoti, “uma ngingayikunivulela amafasitele asezulwini, nginithululele isibusiso kunokwaneleyo.

Dlulisela
Funda UMalaki 3

UMalaki 3:9-10 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

Niqalekisiwe ngesiqalekiso, ngokuba ningiphangile, yebo, lesi sizwe sonke. Lethani konke okweshumi endlini yengcebo, ukuze kube khona ukudla endlini yami, ningivivinye ngalokhu, usho uJehova Sebawoti, uma ngingayikunivulela amafasitele asezulwini, ngininike isibusiso, ningathululi. Ngaphandle, ukuthi ngeke kube khona indawo eyanele yokuyithola.

Dlulisela
Funda UMalaki 3

UMalaki 3:9-10

UMalaki 3:9-10 ZUL59UMalaki 3:9-10 ZUL59
Dlulisela
Funda isahluko esiphelele
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo