I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli
Isici soku Sesha

UMalaki 3:7 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

UMalaki 3:7 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Kusukela emihleni yawoyihlo nichezukile ezimisweni zami, anizigcinanga. Buyelani kimi, ngiyakubuyela kini,” usho uJehova Sebawoti. “Nokho nithi: ‘Siyakubuyela kanjani?’

Dlulisela
UMalaki 3 ZUL59

UMalaki 3:7 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Kusukela ezinsukwini zokhokho benu niphambukile ezimisweni zami, nangazigcina. Buyelani kimi, nami ngizobuyela kini,” kusho uSimakade Wamabandla. Kodwa niyabuza nithi: “Sizobuyela kanjani na?”

Dlulisela
UMalaki 3 ZUL20

UMalaki 3:7 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Kusukela emihleni yawoyihlo nichezukile ezimisweni zami, anizigcinanga. Buyelani kimi, futhi ngiyakubuyela kini, kusho uJehova Sebawoti. Kepha nina nithi: “Siyakubuyelaphi na?”

Dlulisela
UMalaki 3 CZB24