NgokukaLuka 6:48
NgokukaLuka 6:48 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ufana nomuntu owayakha indlu, wemba washonisa, wabeka isisekelo edwaleni. Ekufikeni kwesikhukhula umfula washaya leyo ndlu, kepha wawungenamandla okuyinyakazisa, ngokuba yayakhiwe kahle.
Dlulisela
Funda NgokukaLuka 6NgokukaLuka 6:48 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ufana nomuntu owakha indlu, wemba washonisa, wabeka isisekelo phezu kwedwala
Dlulisela
Funda NgokukaLuka 6NgokukaLuka 6:48 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ufana nomuntu owathi uma akha indlu, wemba wajula, wabeka isisekelo edwaleni. Kwafika izikhukhula, umfula wayishaya leyo ndlu, kepha awukwazanga ukuyinyakazisa, ngokuba yayakhiwe kahle.
Dlulisela
Funda NgokukaLuka 6