I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

NgokukaLuka 22:69-71

NgokukaLuka 22:69-71 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)

Kusukela manje iNdodana yomuntu izakuhlala ngakwesokunene samandla kaNkulunkulu. Base bethi bonke: “Pho, uyiNdodana kaNkulunkulu na? Wathi kubo: “Nina nisho ukuthi nginguye. Bathi: “Sisabufunelani ubufakazi na? ngoba thina ngokwethu sizwile ngomlomo wakhe.

Dlulisela
Funda NgokukaLuka 22

NgokukaLuka 22:69-71 IsiZulu 2020 (ZUL20)

Kepha kusukela manje iNdodana yomuntu izakuhlala ngakwesokunene samandla kaNkulunkulu.” Base bembuza bonke, bethi: “Kanti uyiNdodana kaNkulunkulu yini na?” Wathi kubo: “Kusho nina ukuthi ngiyiyo.” Bathi: “Pho sisadinga buphi ubufakazi na? Ngokuba sesizizwele thina uqobo ezisholo yena ngowakhe umlomo.”

Dlulisela
Funda NgokukaLuka 22

NgokukaLuka 22:69-71 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

Kepha kusukela manje iNdodana yomuntu izakuhlala ngakwesokunene samandla kaNkulunkulu.” Base bethi bonke: “Kanti uyiNdodana kaNkulunkulu na?” Wathi kubo: “Nisho khona, ngokuba ngiyiyo.” Bathi: “Pho, sisaswele bufakazi na? Ngokuba sesizwile uqobo lwethu ngomlomo wakhe.”

Dlulisela
Funda NgokukaLuka 22

NgokukaLuka 22:69-71 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

Kusukela manje iNdodana yomuntu izakuhlala ngakwesokunene samandla kaNkulunkulu. Base bethi bonke: “Pho, uyiNdodana kaNkulunkulu na? Wathi kubo: “Nina nisho ukuthi nginguye. Bathi: “Sisabufunelani ubufakazi na? ngoba thina ngokwethu sizwile ngomlomo wakhe.

Dlulisela
Funda NgokukaLuka 22
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo