I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

NgokukaLuka 13:11-12

NgokukaLuka 13:11-12 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)

Bheka, kwakukhona owesifazane onomoya wobuthakathaka iminyaka eyishumi nesishiyagalombili, eqhothile engakwazi nokusukuma. Kwathi uJesu embona, wambiza, wathi kuye: Mame, ukhululiwe ebuthakathakeni bakho.

Dlulisela
Funda NgokukaLuka 13

NgokukaLuka 13:11-12 IsiZulu 2020 (ZUL20)

Lapho kwakukhona owesifazane owayenomoya omubi usumgulise iminyaka eli-18; wayeseze waqhotha, engasakwazi ukuma aqonde. UJesu embona, wambiza, wathi kuye: “Mame, usuphilisiwe ekuguleni obunakho.”

Dlulisela
Funda NgokukaLuka 13

NgokukaLuka 13:11-12 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

Bheka, kwaba khona owesifazane onomoya wobuthakathaka iminyaka eyishumi nesishiyagalombili, eseqhothile engenakululama nempela. Kwathi uJesu embona, wambiza, wathi kuye: “Mame, ukhululiwe ebuthakathakeni bakho.”

Dlulisela
Funda NgokukaLuka 13

NgokukaLuka 13:11-12 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

Bheka, kwakukhona owesifazane onomoya wobuthakathaka iminyaka eyishumi nesishiyagalombili, eqhothile engakwazi nokusukuma. Kwathi uJesu embona, wambiza, wathi kuye: Mame, ukhululiwe ebuthakathakeni bakho.

Dlulisela
Funda NgokukaLuka 13
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo