I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

IsiLilo 3:25-28

IsiLilo 3:25-28 IsiZulu 2020 (ZUL20)

USimakade muhle kulowo omlindelayo, kulowo omfunayo. Kuhle ukulindela ngokuthula ukusindisa kukaSimakade. Kuhle ukuba umuntu athwale ijoka esemusha. Makahlale yedwa, athule, ngokuba nguSimakade omethwese lona.

Dlulisela
Funda IsiLilo 3

IsiLilo 3:25-28 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

UJehova muhle kwabamethembayo, kumphefumulo omfunayo. Kuhle ukumethemba nokulindela ngokuthula ukusindisa kukaJehova. Kuhle kumuntu ukuba athwale ijoka ebusheni bakhe. Makahlale yedwa, athule, lapho emthwesa lona.

Dlulisela
Funda IsiLilo 3

IsiLilo 3:25-28 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

UNkulunkulu unguJehova kwabamthembayo, umphefumulo omfunayo. Kuhle ukuthi umuntu alindele ukukhululwa kukaJehova, alinde ngokuthula. Kuhle kumuntu ukuthwala ijoka ebusheni bakhe. Uhlezi yedwa athule, ngoba uzithwalile.

Dlulisela
Funda IsiLilo 3
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo