I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

UJoshuwa 4:21-23

UJoshuwa 4:21-23 IsiZulu 2020 (ZUL20)

ethi kwabakwa-Israyeli: “Boyise, lapho abantwana benu benibuza ngesikhathi esizayo, bethi: ‘Achazani lawa matshe na?’ anobaphendula nibatshele ukuthi: ‘U-Israyeli wawela iJordani ehamba emhlabathini owomileyo, ngokuba uSimakade uNkulunkulu wenu wayewomisile amanzi eJordani phambi kwethu saze sawela sonke, njengalokhu ayenzile kulo uLwandle Lomhlanga alomisa phambi kwethu saze sawela sonke,’

Dlulisela
Funda UJoshuwa 4

UJoshuwa 4:21-23 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

Wakhuluma kubantwana bakwa-Israyeli, wathi: “Nxa abantwana benu beyakubuza oyise ngesikhathi esizayo, bethi: ‘Ayini lawa matshe na?’ anobazisa abantwana benu, nithi: ‘U-Israyeli wawela leli Jordani emhlabathini owomileyo,’ ngokuba uJehova uNkulunkulu wenu wawamisa amanzi aseJordani phambi kwenu, naze nawela, njengalokho uJehova uNkulunkulu wenu wenza eLwandle Olubomvu, alomisa phambi kwethu, saze sawela

Dlulisela
Funda UJoshuwa 4

UJoshuwa 4:21-23 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

Wakhuluma kubantwana bakwa-Israyeli, wathi: “Nxa abantwana benu beyakubuza oyise esikhathini esizayo, bethi: Ayini lawa matshe na? Kumelwe nitshele abantwana benu nithi: ‘U-Israyeli wawela leli Jordani emhlabathini owomile. Ngokuba uJehova uNkulunkulu wenu womisa amanzi aseJordani phambi kwenu, naze nawela, njengalokho uJehova uNkulunkulu wenu enza ngoLwandle Olukuyo owalomisa phambi kwethu, saze sawela.

Dlulisela
Funda UJoshuwa 4
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo