UJoshuwa 2:9 - Compare All Versions
UJoshuwa 2:9 ZUL20 (IsiZulu 2020)
wathi kuzo: “Ngiyazi ukuthi uSimakade uNkulunkulu uninikile leli lizwe nokuthi sonke sigcwele ingebhe ngenxa yenu, nokuthi zonke izakhamuzi zaleli lizwe zinesaba okokufa.
Dlulisela
UJoshuwa 2 ZUL20UJoshuwa 2:9 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
wathi kumadoda: “Ngiyazi ukuthi uJehova uninikile izwe, nokuthi sehlelwe ngukunesaba, nokuthi bonke abakhileyo ezweni baphela amandla phambi kwenu.
Dlulisela
UJoshuwa 2 ZUL59UJoshuwa 2:9 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Wayesethi emadodeni: “Ngiyazi ukuthi uJehova uninikile izwe, nokuthi ingebhe yenu isehlele, nokuthi bonke abakhileyo ezweni bafa ngenxa yenu.
Dlulisela
UJoshuwa 2 CZB24