UJoshuwa 2:7 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
UJoshuwa 2:7 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Abantu bawaxosha endleleni eya eJordani emazibukweni; sebephumile abawaxosha, bavala isango.
Dlulisela
UJoshuwa 2 ZUL59UJoshuwa 2:7 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Amadoda azilandela ngendlela elibangise eJordani aze ayofinyelela emazibukweni alo. Athi ukuba aphume amadoda ayezilandela, lavalwa isango.
Dlulisela
UJoshuwa 2 ZUL20UJoshuwa 2:7 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Amadoda abaxosha ngendlela eya eJordani kwaze kwaba semazibukweni; kwathi lapho ababebaxosha sebephumile, balivala isango.
Dlulisela
UJoshuwa 2 CZB24