UJoshuwa 2:2 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
UJoshuwa 2:2 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Inkosi yaseJeriko yatshelwa; kwathiwa: “Bheka, kwafika lapha ebusuku amadoda abantwana bakwa-Israyeli ukuba ahlole izwe.”
Dlulisela
UJoshuwa 2 ZUL59UJoshuwa 2:2 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Inkosi yaseJerikho yabikelwa ukuthi: “Abanye bakwa-Israyeli bafikile kusihlwa ukuzohlola izwe.”
Dlulisela
UJoshuwa 2 ZUL20UJoshuwa 2:2 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Inkosi yaseJeriko yabikelwa, yathi: “Bheka, kufike lapha ebusuku amadoda avela kubantwana bakwa-Israyeli ukuhlola izwe.”
Dlulisela
UJoshuwa 2 CZB24