UJoshuwa 1:9 - Compare All Versions

UJoshuwa 1:9 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Ngiyakuyala manje: qina, ume isibindi; ungesabi, ungadikibali, ngokuba uSimakade uNkulunkulu wakho unawe noma kuphi lapho uya khona.”

UJoshuwa 1:9 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Angikuyalile na? Qina, ume isibindi, ungesabi, ungabi naluvalo, ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho unawe nomaphi lapho uya khona.”

UJoshuwa 1:9 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Angililayanga yini? Qina, ume isibindi; ungesabi, ungapheli amandla, ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho unawe nomaphi lapho uya khona.