UJobe 7:17-18 - Compare All Versions
UJobe 7:17-18 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Uyini umuntu ukuba umenze abe mkhulu, nokuba ubeke inhliziyo yakho kuye, nokuba umhambele njalo ekuseni, umhlole imizuzu ngemizuzu na?
Dlulisela
UJobe 7 ZUL20UJobe 7:17-18 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Uyini umuntu ukuba umkhulise, nokuba ubeke inhliziyo yakho kuye, nokuba umhambele ekuseni njalo, umhlole njalonjalo, na?
Dlulisela
UJobe 7 ZUL59UJobe 7:17-18 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Umuntu uyini ukuba umkhulise na? nokuthi uzobeka inhliziyo yakho kuye? Futhi ukuthi kufanele umvakashele njalo ekuseni futhi umvivinye umzuzu ngamunye?
Dlulisela
UJobe 7 CZB24