I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

UJobe 33:28-30

UJobe 33:28-30 IsiZulu 2020 (ZUL20)

Uwuhlengile umphefumulo wami, awaze wedlulela egodini; impilo yami izokubona ukukhanya.’ “Konke lokhu uNkulunkulu uyakwenza kumuntu kabili, yebo, nakathathu, ukuze awubuyise umphefumulo wakhe egodini, akhanyiselwe ngokukhanya kokuphila.

Dlulisela
Funda UJobe 33

UJobe 33:28-30 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

uhlengile umphefumulo wami ukuba ungadluleli egodini; ngiyakubona ukukhanya ngiphila.’ “Bhekani, konke lokhu uNkulunkulu uyakwenza kabili, yebo, kathathu kumuntu ukuba abuyise umphefumulo wakhe egodini, akhanyiselwe ngokukhanya kwabaphilayo.

Dlulisela
Funda UJobe 33

UJobe 33:28-30 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

Iyakukhulula umphefumulo wayo ekuyeni egodini, nokuphila kwayo kuyobona ukukhanya. Bhekani, zonke lezi zinto uNkulunkulu uvame ukusebenza nomuntu, ukuze abuyise umphefumulo wakhe egodini, akhanyiselwe ngokukhanya kwabaphilayo.

Dlulisela
Funda UJobe 33
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo