UJobe 25:5-6 - Compare All Versions

UJobe 25:5-6 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Bheka, inyanga ayinankazimulo, nezinkanyezi azihlanzekile emehlweni akhe. Kakhulu kangakanani umuntu oyimpethu nje, nendodana yomuntu eyisibungu na?”

Dlulisela
UJobe 25 ZUL20

UJobe 25:5-6 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Bheka, nenyanga ayinankazimulo, nezinkanyezi azihlambulukile emehlweni akhe. Pho, kakhulu kangakanani umuntu oyimpethu, nendodana yomuntu eyisibungu, na?”

Dlulisela
UJobe 25 ZUL59

UJobe 25:5-6 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Bheka enyangeni, futhi ayikhanyi; yebo, izinkanyezi azihlanzekile emehlweni akhe. Kangakanani umuntu, eyimpethu? kanti indodana yomuntu iyimpethu?

Dlulisela
UJobe 25 CZB24