I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

NgokukaJohane 19:28-29

NgokukaJohane 19:28-29 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)

Emva kwalokho uJesu ekwazi ukuthi zonke izinto seziphelile, ukuze kugcwaliseke umbhalo, wathi: Ngomile. Kwakubekwe isitsha esigcwele uviniga; bagcwalisa uzipho ngoviniga, baluhloma phezu kwehisopi, balubeka emlonyeni wakhe.

Dlulisela
Funda NgokukaJohane 19

NgokukaJohane 19:28-29 IsiZulu 2020 (ZUL20)

Emva kwalokho, uJesu azi ukuthi konke sekuphelelisiwe, ukuba kugcwaliseke umbhalo, wathi: “Ngomile.” Kwakubekiwe lapho isitsha esigcwele iwayini elixutshwe noviniga; base bechoma ilula othini lwehisophi ligcwele uviniga, baliyisa emlonyeni wakhe.

Dlulisela
Funda NgokukaJohane 19

NgokukaJohane 19:28-29 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

Emva kwalokho uJesu, ekwazi ukuthi konke sekuphelelisiwe ukuba umbhalo ugcwaliseke, wathi: “Ngomile.” Kwakubekiwe khona isitsha sigcwele uviniga; khona bachoma ilula ligcwele uviniga othini lwehisopi,* baliyisa emlonyeni wakhe.

Dlulisela
Funda NgokukaJohane 19

NgokukaJohane 19:28-29 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

Emva kwalokho uJesu ekwazi ukuthi zonke izinto seziphelile, ukuze kugcwaliseke umbhalo, wathi: Ngomile. Kwakubekwe isitsha esigcwele uviniga; bagcwalisa uzipho ngoviniga, baluhloma phezu kwehisopi, balubeka emlonyeni wakhe.

Dlulisela
Funda NgokukaJohane 19
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo