NgokukaJohane 14:28 - Compare All Versions

NgokukaJohane 14:28 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Nizwile ukuthi ngithe kini: Ngiyamuka, futhi ngibuye ngize kini. Uma beningithanda, beniyakujabula, ngokuba ngithé: Ngiya kuBaba, ngokuba uBaba mkhulu kunami.

NgokukaJohane 14:28 ZUL20 (IsiZulu 2020)

“Nizwile, nganitshela ngathi: ngiyahamba, kodwa ngiyakubuya ngize kini. Uma ningithanda beniyojabula, ngokuba ngiya kuBaba, lokhu uBaba mkhulu kunami.

NgokukaJohane 14:28 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

“Nizwile ukuthi nganitshela ngathi: Ngiyamuka, kepha ngiyabuyela kini. Uma beningithanda, beniyakujabula, ngokuba ngiya kuBaba, lokhu uBaba mkhulu kunami.

NgokukaJohane 14:28 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Nizwile ukuthi ngithe kini: Ngiyamuka, futhi ngibuye ngize kini. Uma beningithanda, beniyakujabula, ngokuba ngithé: Ngiya kuBaba, ngokuba uBaba mkhulu kunami.