UJeremiya 9:13-14
UJeremiya 9:13-14 IsiZulu 2020 (ZUL20)
USimakade wathi: “Kungenxa yokuba bawushiyile umthetho wami engawubeka phambi kwabo. Abalilalelanga izwi lami futhi abahambanga ngalo. Kepha bahambe balandela inkani yenhliziyo yabo, balandela oBhali ababafundiswa ngokhokho babo.”
UJeremiya 9:13-14 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
UJehova wathi: “Ngokuba bewushiyile umthetho wami engawubeka phambi kwabo, bengalilalelanga izwi lami, bengahambanga ngalo, kepha belandela inkani yezinhliziyo zabo nawoBali abakufundiswa ngoyise.”
UJeremiya 9:13-14 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Futhi uJehova uthi: “Ngenxa yokuthi bawushiyile umthetho wami engangiwubeka phambi kwabo, futhi abazange balilalele izwi lami futhi abahambanga kulo; Kodwa bahamba ngobunkana bezinhliziyo zabo nangoBhali ababafundisa ngabo oyise.