UJeremiya 31:20
UJeremiya 31:20 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngabe u-Efrayimi uyindodana yami ethandekayo na? Ngabe uyingane engithokoza ngayo na? Nakuba ngivame ukukhuluma kabi ngaye, nokho ngisamkhumbula. Ngakho-ke izibilini zami ziyamhawukela; ngiyakuba nesihe impela kuye,” kusho uSimakade.
Dlulisela
Funda UJeremiya 31UJeremiya 31:20 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
U-Efrayimi uyindodana yami yini eyigugu kimi, ungumntwana othandekayo na? Ngokuba njalo lapho ngikhuluma okubi ngaye, ngisamkhumbula nokumkhumbula; ngalokho izibilini zami ziyamhawukela; ngiyakuba nesihe impela kuye,” usho uJehova.
Dlulisela
Funda UJeremiya 31