I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

UJeremiya 23:3-4

UJeremiya 23:3-4 IsiZulu 2020 (ZUL20)

“Mina, ngiyakuyiqoqa insali yezimvu zami emazweni wonke, lapho ngangiyixoshele khona, ngiyibuyisele emadlelweni ayo; iyakuchuma, yande. Ngiyakumisa phezu kwayo abelusi, abayakuyelusa; ayisayukwesaba, ayisayukuba naluvalo, futhi ayisekho eyolahleka kuyo,” kusho uSimakade.

Dlulisela
Funda UJeremiya 23

UJeremiya 23:3-4 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

“Ngiyakubutha insali yezimvu zami emazweni onke, lapho ngiyixoshele khona, ngiyibuyisele ezibayeni zayo; iyakuchuma, yande. Ngiyakumisa phezu kwayo abelusi abayakuyalusa; ayisayikwesaba, ayiyikuphela amandla, ayisayikujeziswa,” usho uJehova.

Dlulisela
Funda UJeremiya 23

UJeremiya 23:3-4 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

Ngiyakubutha insali yezimvu zami emazweni onke engizixoshele kuzo, ngizibuyisele ezibayeni zazo; bayakuzala, bande. Futhi ngiyobeka phezu kwazo abelusi abayozalusa; futhi ngeke besabe noma besabe, futhi ngeke baswele,” kusho uJehova.

Dlulisela
Funda UJeremiya 23
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo