UJeremiya 22:15-16
UJeremiya 22:15-16 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“Ukuncintisana ngemisedari ngabe kukwenza ube yinkosi yini na? Angithi uyihlo wadla, waphuza, wenza ubulungiswa nokulunga, kwaba kuhle kuye na? Walumela udaba lompofu nontulayo, kwaba kuhle; lokhu akusikho yini ukwazi Mina na?” kusho uSimakade.
Dlulisela
Funda UJeremiya 22UJeremiya 22:15-16 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
“Uyinkosi ngokuba ushisekela imisedari* na? Angithi uyihlo wadla, waphuza, wenza ukwahlulela nokulunga, kwaba kuhle kuye, na? Wahlulela abaswelayo nabampofu, kwaba kuhle; angithi lokhu kungukungazi mina na?” usho uJehova.
Dlulisela
Funda UJeremiya 22UJeremiya 22:15-16 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Uyabusa, ngokuba uzimboze ngokhuni lomsedari na? Uyihlo akadlanga yini, anathe, enze ukwahlulela nokulunga, kwaba kuhle kuye na? Walungisa icala labampofu nabampofu; kwase kuba kuhle kuye; kwakungesikho ukungazi mina? kusho uJehova.
Dlulisela
Funda UJeremiya 22