U-Isaya 61:6 - Compare All Versions

U-Isaya 61:6 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Kodwa nina niyakubizwa ngokuthi ningabaphristi bakaSimakade, kuyakuthiwa ngani niyizikhonzi zikaNkulunkulu wethu; niyakudla imfuyo yezizwe, nizibonge ngodumo lwazo.

U-Isaya 61:6 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Kepha nina niyakuthiwa abapristi bakaJehova, niyakubizwa ngokuthi izikhonzi zikaNkulunkulu wethu; niyakudla imfuyo yezizwe, nizibonge ngodumo lwazo.

U-Isaya 61:6 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Kepha nina niyakuthiwa abapristi bakaJehova; abantu bayakuthi niyizinceku zikaNkulunkulu wethu; niyakudla ingcebo yabezizwe, nizidumise enkazimulweni yabo.