U-Isaya 61:11 - Compare All Versions
U-Isaya 61:11 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Njengokuba umhlaba uveza ihlumela lawo, nanjengokuba insimu ihlumisa okutshalwe kuyo, kanjalo iNkosi uSimakade iyokuveza ukulunga nodumo phambi kwezizwe zonke.
Dlulisela
U-Isaya 61 ZUL20U-Isaya 61:11 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba njengokuba umhlaba uveza ihlumela lawo, nanjengensimu ehlumisa okutshalwe kuyo, kanjalo iNkosi uJehova iyakuveza ukulunga nodumo phambi kwezizwe zonke.
Dlulisela
U-Isaya 61 ZUL59U-Isaya 61:11 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Ngokuba njengalokhu umhlaba uthela imbewu yawo, nanjengensimu ehlwanyelwe kuwo iwuhlumisa; kanjalo iNkosi uJehova iyakwenza ukuba kuhlume ubulungisa nodumo phambi kwezizwe zonke.
Dlulisela
U-Isaya 61 CZB24