U-Isaya 60:4 - Compare All Versions

U-Isaya 60:4 ZUL20 (IsiZulu 2020)

“Phakamisa amehlo akho, ubone nxazonke; bonke bayaqoqana beza kuwe, amadodana akho ayovela endaweni ekude, namadodakazi akho ayofika ebelethwe.

U-Isaya 60:4 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

“Phakamisa amehlo akho nxazonke, ubone; babuthana bonke, beza kuwe; amadodana akho ayakuvela kude, namadodakazi akho ayakuphathwa ngezingalo.

U-Isaya 60:4 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Phakamisa amehlo akho nxazonke, ubone: bonke bayabuthana, beza kuwe; amadodana akho ayakuvela kude, namadodakazi akho ayosuwa ngaseceleni kwakho.