U-Isaya 56:5-6
U-Isaya 56:5-6 IsiZulu 2020 (ZUL20)
ngiyakubanika endlini yami naphakathi kwezingange zami isikhumbuzo negama elihle kunamadodana namadodakazi; ngiyakubanika igama eliphakade, elingayukuphela. Nabezizwe abazihlanganisa noSimakade ukuba bamkhonze, nokulithanda igama likaSimakade ukuba babe yizinceku zakhe, zonke ezigcina isabatha, zingaloni, nezibambelela esivumelwaneni sami
U-Isaya 56:5-6 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
bona ngiyakubanika endlini yami naphakathi kwezingange zami isikhumbuzo negama elihle kunamadodana namadodakazi; ngiyakubanika igama eliphakade, elingayikunqunywa. Nabezizwe abazihlanganisa noJehova ukumkhonza uJehova nokulithanda igama likaJehova ukuba babe yizinceku zakhe bonke abaligcina isabatha, bangaloni, nababambelela esivumelwaneni sami
U-Isaya 56:5-6 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Nabo ngiyakubanika endlini yami naphakathi kwezindonga zami indawo negama elingcono kunelamadodana namadodakazi; ngiyakubanika igama eliphakade, elingayikunqunywa. Futhi abantwana bowezizwe abazihlanganisa noJehova ukumkhonza nokuthanda igama likaJehova ukuba babe yizinceku zakhe, wonke ogcina isabatha ukulingcolisa, abambe isivumelwano sami