U-Isaya 49:25 - Compare All Versions
U-Isaya 49:25 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Noma kunjalo, uSimakade uthi: “Yebo, abathunjwa abangamaqhawe bayakuthathwa, nempango yabacindezeli yophulwe, kodwa Mina ngiyakulwa naye olwa nawe, ngibasindise abantwana bakho.
Dlulisela
U-Isaya 49 ZUL20U-Isaya 49:25 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Noma kunjalo, uJehova uthi: “Yebo, abathunjwa bamaqhawe bangasuswa, nempango yabacindezeli iyakophulwa, kepha mina ngiyakulwa naye olwa nawe, ngisindise abantwana bakho.
Dlulisela
U-Isaya 49 ZUL59U-Isaya 49:25 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Kodwa isho kanje iNkosi, ithi: Ngisho nabathunjwa babanamandla bayothathwa, futhi impango yowesabekayo iyosindiswa
Dlulisela
U-Isaya 49 CZB24