U-Isaya 48:11 - Compare All Versions
U-Isaya 48:11 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Ngenxa yami, impela ngenxa yami, ngiyokwenza. Kungani iGama lami lingcoliswa na? Angiyukuyinika omunye inkazimulo yami.
Dlulisela
U-Isaya 48 ZUL20U-Isaya 48:11 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngenxa yami, ngenxa yami ngiyakwenza, ngokuba igama lami lingcoliselwani na? Anginiki omunye inkazimulo yami.
Dlulisela
U-Isaya 48 ZUL59U-Isaya 48:11 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Ngenxa yami, yebo, ngenxa yami, ngiyakukwenza; ngokuba igama lami lingangcoliswa kanjani na? futhi angiyikunika omunye udumo lwami.
Dlulisela
U-Isaya 48 CZB24