U-Isaya 47:13 - Compare All Versions

U-Isaya 47:13 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Ukhathele ngenxa yobuningi bamacebo akho; mabasukume, bakusindise abadabula izulu, nababheka izinkanyezi, nabazisa ngezinyanga ezintsha, ukuthi kukuphi lapho kuzovela khona lokhu okuzokwehlela.

U-Isaya 47:13 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Ukhathele ngobuningi bamacebo akho; mabasukume, bakusindise abadabula izulu, nababheka izinkanyezi, nabazisa ngezinyanga ezintsha ukuthi kuphi lapho kuzakuvela khona lokhu okuzakukwehlela.

U-Isaya 47:13 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Ukhathele ngobuningi bamacebo akho. Manje mabasukume ababhula ngezinkanyezi, nababhuli benyanga, bakusindise kulezi zinto eziyakukwehlela.