U-Isaya 41:17 - Compare All Versions

U-Isaya 41:17 ZUL20 (IsiZulu 2020)

“Abampofu nabaswelayo bafuna amanzi, kodwa abawafumani, ulimi lwabo lugagadekile wukoma; Mina Simakade ngiyakubaphendula, Mina Nkulunkulu ka-Israyeli angiyukubashiya.

U-Isaya 41:17 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

“Abampofu nabaswelayo bafuna amanzi, kepha awakho, nolimi lwabo luphele ukoma; mina Jehova ngiyakubaphendula, mina Nkulunkulu ka-Israyeli angiyikubashiya.

U-Isaya 41:17 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Lapho abampofu nabampofu befuna amanzi, kodwa awekho, nolimi lwabo luphele ukoma, mina, Jehova, ngizobaphendula, mina, uNkulunkulu ka-Israyeli, ngeke ngibashiye.