U-Isaya 41:11 - Compare All Versions
U-Isaya 41:11 ZUL20 (IsiZulu 2020)
“Bazoba namahloni, bajabhiswe bonke abakuthukuthelele, bayoba njengento engelutho, babhubhe bonke abamelana nawe.
Dlulisela
U-Isaya 41 ZUL20U-Isaya 41:11 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“Bheka, bonke abafuthekela wena bayakuba namahloni, bajabhe; abamelene nawe bayakuba njengento engelutho, babhubhe.
Dlulisela
U-Isaya 41 ZUL59U-Isaya 41:11 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Bheka, bonke abakuthukuthelele bayakuma benamahloni, babe namahloni; nabaxabana nawe bayakubhubha.
Dlulisela
U-Isaya 41 CZB24