U-Isaya 39:6 - Compare All Versions

U-Isaya 39:6 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Izinsuku ziyeza, lapho konke okusendlini yakho, nalokho okhokho bakho abakugcinile kuze kube namuhla, kuyakuyiswa eBhabhele; akuyukusala lutho, kusho uSimakade.

U-Isaya 39:6 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Bheka, izinsuku ziyeza, lapho konke okusendlini yakho nalokho oyihlo abakubekelele khona kuze kube namuhla kuyakuyiswa eBabele; akuyikusala lutho, usho uJehova.

U-Isaya 39:6 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Bheka, izinsuku ziyeza lapho konke okusendlini yakho nalokho oyihlo abakubekelele khona kuze kube namuhla kuyakuthunjwa kuyiswe eBabele; akuyikusala lutho, usho uJehova.