U-Isaya 36:12 - Compare All Versions
U-Isaya 36:12 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha uRabi Shake wathi: “Inkosi yami ingithumile yini enkosini yakho nakuwena ukukhuluma lawamazwi na? Hhayi kulaba bantu yini abahlezi ogangeni ukuba badle amasimba abo, baphuze umshobingo wabo kanye nani, na?”
Dlulisela
U-Isaya 36 ZUL59U-Isaya 36:12 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Kepha uRabi Shake wathi: “Ngabe inkosi yami ayingithumile yini enkosini yakho nakuwena ukusho lawa mazwi, nakulaba bantu abahlezi ogangeni ukuba badle indle yabo, baphuze umchamo wabo kanye nani na?”
Dlulisela
U-Isaya 36 ZUL20U-Isaya 36:12 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Kodwa induna yathi: Inkosi yami ingithumile yini enkosini yakho lakuwe ukukhuluma lamazwi? Akangithumanga yini kubantu abahlezi phezu komduli ukuba badle ubulongwe bawo, baphuze umchamo wabo kanye nani?
Dlulisela
U-Isaya 36 CZB24