U-Isaya 30:20 - Compare All Versions

U-Isaya 30:20 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Nakuba iNkosi ikunike isinkwa sosizi namanzi okuhlupheka, abafundisi benu abasayukucasha, kodwa amehlo enu ayakubabona abafundisi benu

U-Isaya 30:20 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Noma iNkosi iyakukunika isinkwa sosizi namanzi okuhlupheka, abafundisi bakho abasayikucasha, kodwa amehlo akho ayakubabona abafundisi bakho

U-Isaya 30:20 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Noma uJehova eninika isinkwa sokuhlupheka namanzi osizi, abafundisi benu abasayikuntengantenga ekhoneni, kodwa amehlo enu ayobabona abafundisi benu.