I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

KumaHeberu 11:17-19

KumaHeberu 11:17-19 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)

Ngokukholwa u-Abrahama evivinywa wanikela ngo-Isaka, yena owayamukele izithembiso wanikela ngendodana yakhe ezelwe yodwa. okwathiwa ngaye: NgoIsaka inzalo yakho iyakubizwa; Ethi uNkulunkulu unamandla okumvusa nakwabafileyo; lapho laye wamamukela khona ngomfanekiso.

Dlulisela
Funda KumaHeberu 11

KumaHeberu 11:17-19 IsiZulu 2020 (ZUL20)

Ngokukholwa, u-Abhrahama evivinywa wanikela ngo-Isaka, yebo, yena owayemukele izithembiso, wanikela ngozelwe yedwa wakhe, okwathiwa kuye: “Inzalo yakho iyakubizwa ngo-Isaka,” wabona ukuthi uNkulunkulu unamandla okuvusa kwabafileyo; ngokungathekisa singathi wabuye wayithola indodana yakhe kungathi ivela kwabafileyo.

Dlulisela
Funda KumaHeberu 11

KumaHeberu 11:17-19 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

Ngokukholwa u-Abrahama evivinywa wanikela ngo-Isaka, yebo, yena owayamukele izithembiso, wanikela ngozelwe yedwa wakhe, okwathiwa kuye: “Inzalo yakho iyakubizwa ngo-Isaka,” ethi uNkulunkulu unamandla okuvusa nakwabafileyo; ngokulinganisa wabuye wamthola futhi evela khona.

Dlulisela
Funda KumaHeberu 11

KumaHeberu 11:17-19 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

Ngokukholwa u-Abrahama evivinywa wanikela ngo-Isaka, yena owayamukele izithembiso wanikela ngendodana yakhe ezelwe yodwa. Okwathiwa ngaye: NgoIsaka inzalo yakho iyakubizwa; Ethi uNkulunkulu unamandla okumvusa nakwabafileyo; lapho laye wamamukela khona ngomfanekiso.

Dlulisela
Funda KumaHeberu 11
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo