UHagayi 1:14
UHagayi 1:14 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
UJehova wavuselela umoya kaZerubabele indodana kaSheyalitiyeli, umbusi wakwaJuda, nomoya kaJoshuwa indodana kaJehosadaki, umpristi omkhulu, nomoya wensali yonke yabantu, bafika, benza umsebenzi endlini kaJehova Sebawoti, uNkulunkulu wabo
UHagayi 1:14 IsiZulu 2020 (ZUL20)
USimakade wavuselela umoya kaZerubhabhele indodana kaSheyalitiyeli, umbusi wakwaJuda, nomoya kaJoshuwa indodana kaJehozadaki, umphristi omkhulu, nomoya wensali yonke yabantu, beza, basebenza endlini kaSimakade Wamabandla, uNkulunkulu wabo
UHagayi 1:14 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
UJehova wavuselela umoya kaZerubabele indodana kaSheyalitiyeli, umbusi wakwaJuda, nomoya kaJoshuwa indodana kaJehosadaki, umpristi omkhulu, nomoya wensali yonke yabantu, bafika, benza umsebenzi endlini kaJehova Sebawoti, uNkulunkulu wabo
UHagayi 1:14 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
UJehova wawuvusa umoya kaZerubabele indodana kaSheyalitiyeli, umbusi wakwaJuda, nomoya kaJoshuwa, indodana kaJehosadeki, umpristi omkhulu, nomoya wayo yonke insali yabantu; beza, basebenza endlini kaJehova Sebawoti, uNkulunkulu wabo