UHabakuki 3:3-4
UHabakuki 3:3-4 IsiZulu 2020 (ZUL20)
UNkulunkulu uvela eThemani, oNgcwele uphuma entabeni iPharanu. Sela Inkazimulo yakhe isibekela amazulu, udumo lwakhe lugcwele umhlaba. Ukukhanya kwakhe kufana nelanga liphuma, imisebe ivela esandleni sakhe, kulapho amandla akhe efihlwe khona.
Dlulisela
Funda UHabakuki 3UHabakuki 3:3-4 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
UNkulunkulu uvela eThemani, oNgcwele uphuma entabeni yasePharanu. Sela* Udumo lwakhe lusibekela amazulu, nomhlaba ugcwele indumiso yakhe. Kuqhamuka ukubengezela kunjengokukhanya; imisebe ivela esandleni sakhe, efihla lapho amandla akhe.
Dlulisela
Funda UHabakuki 3UHabakuki 3:3-4 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
UNkulunkulu uvela eThemani, oNgcwele evela entabeni yasePharanu. Sela. Inkazimulo yakhe yasibekela amazulu, futhi umhlaba ugcwele indumiso yakhe. Ukukhanya kwakhe kwakunjengokukhanya; kwaphuma izimpondo esandleni sakhe, futhi kwakukhona ukufihlakala kwamandla akhe.
Dlulisela
Funda UHabakuki 3